"Kuye kwafona uNtenjena wakwaZuma lena eDundee wathi cha angisho lutho nje ngedlulisa ukuncoma wathi mfana kithi engathi wake wazalwa wakhula waguga washona , waphinda wazalwa wakhula wasudlala ingoma udlala ingoma enomlayezo lengoma indala ukudlula imnyaka yakho
17
34
392
6K
3
Download Image
@DumakahleM Nghlala ngbatshena ukthi Lena yakh ingoma bhuti uma ukhakhayi lungaqinile ngeke uyizwe 🤞
@DumakahleM Yasuleka insizwa🙌🏾👌🏾, ngathi ikhule esilugwini
@DumakahleM Wathi lengoma indala ukwedlula iminyaka yakho
@DumakahleM "yadlala inkunz yakhony inkunz woo shemu woshemu yim usomaqhuzu..." Wake wangena ngayo lapha eKingZwelithin ngo 2019 mxm kudula kugxotshwa abafan ngengoma🔥
@DumakahleM Phathas mfwethu i🖊 lakho lijule kakhulu🫡🤞